Ihlangabezane nengozi imoto ebithwele isidumbu

2016-07-28 17:31

Johannesburg – Abezimo eziphuthumayo kudingeke ukuthi basuse ibhokisi lomngcwabo ebelinesidumbu kulandela ukuthi imoto yezidumbu ebilithwele, ivelelwe yingozi.

Lesi sigameko senzeke ePitoli ngoLwesine ekuseni.

Okhulumela iBest Care uXander Loubser uthe abosizo lokuqala babizelwe endaweni yesigameko bathola imoto yezidumbu ishayisene neloli, kubika iRekord Moot.

OLUNYE UDABA: Kume umngcwabo isidumbu sifika singenakhanda

Le ngozi yenzeke ezimpambanweni zika-Es’kia Mphahlele noDe Waal Road, eHercules.

ULoubser uthe ngenhlanhla akulimalanga muntu kulesi sigameko.

Uthe kubizwe izicishamlilo ukuba zilande isidumbu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.