Ihlazo ummeli wakwaShembe ebaleka nemali

2016-05-26 16:01

Durban - UZwelabantu Buthelezi ongummeli weNkosi uVimbeni "Thingolwenkosazane" Shembe usolwa ngokuqola owesilisa imali yendlu.

Kuthiwa uButhelezi wadayisela owesilisa uDumsani Magubane waseMlazi wadayiselwa indlu enombango osudlulele enkantolo.

Echazela iphephandaba lelaLANGA, uMagubane uthi uthenge umuzi kaButhelezi osemlazi kwa-R ngo-R380 000 ekuqaleni konyaka futhi nemali wayikhokha yonke.

OLUNYE UDABA:Umndeni owalungisa umuzi eNkandla - Zuma

"Ngayikhokha yonke imali kanye neyezindleko zokuguqulela umuzi kimina, ngemuva kwalokho angiphindanga ngezwa kuButhelezi,"kusho yMagubane.

Uthi wabona kuphela izinyanga engatshelwa ukuthi angene nini emzini wakhe omusha waze wezwa ngabantu ukuthi lo muzi uyabangwa.

Uma eshayela uButhelezi embuza ukuthi kungani emdayisela umuzi onezinkinga, wamtshela ukuthi ubecabanga ukuthi wayetsheliwe ngalolu daba.

Kuyimanje badlala eyegundane nekati njengoba uButhelezi engasatholakali ngisho nasemahhovisi akhe ukuze abuyisele uMagubane imali yakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.