Ihlukane phakathi imoto engozini eyenzeke e-East Rand

2017-08-23 14:03

Johannesburg - Ihlukane phakathi imoto engozini eyenzeke ku-R25, phakathi kwaseBapsfontein naseBrokhorstspruit, e-East Rand.

UNick Dollman weNetcare 911 uthe isigameko senzeke ngemuva kwezithuba zabo-05:00, kubika iKempton Express.

Imibiko evela endaweni yesigameko iveza ukuthi kubandakanyeke izimoto ezimbili engozini.

OLUNYE UDABA: Kuvalwe umgwaqo eMpangeni kulandela ingozi enyantisayo

Abosizo lokuqala iNetcare 911 nabama-ambulensi esifundazwe baphuthume endaweni yesigameko lapho okulimale khona abantu abathathu, kusho uDollman.

Ababili balimale kanzima kanti omunye usesimweni esibucayi.

Isisulu esingowesifazane, 20, sinikezwe imishanguzo ezodambisa izinhlungu.

Bonke abalimele baxilongwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.