IJaji lithi bazohlawula kakhulu abadivosa ngenxa yokuphinga - Umbiko

2016-04-25 10:01

Durban – Umehluleli waNkantolo eNkulu kwaZulu-Natal ukhiphe isexwayiso kubashadikazi abahlukana ngenxa yokuphinga.

Umehluleli uMohini Moodley, usanda kukhipha isinqumo kudaba lengcweti yezempilo eyahlukana nomkayo ngoba waphinga kabili besashadile kanti lo wesimame usefuna uhhafu wengcebo yakhe.

Lo mehluleli uthi ukuphinga sekuthathwa kancane kulezi nsuku, uthi ngalo kwalokho, kumele bathathelwe izinyathelo labo abaphingayo.

OLUNYE UDABA:Ukuphinga kukankosikazi kubulalise umyeni

Lo mehluleli ukhiphe isinqumo esivuna labo abagiliwe ngenxa yokungaziphathi kahle kophathina uma kungenwa kwizingxoxo zokuhlukaniselana impahla.

Ubufakazi obunikezwe lo mahluleli bukhombisa ukuthi laba bashadikazi bashada ngo-1972 ngenqubo yokuhlanganisa ingcebo, bahlukana ngo-2010 ngenxa yokuphinga komyeni.

Owesimame wafuna ukukhokhelwa isondlo sanyanga zonke kanye nohhafu wengcebo yomyeni wakhe. Uthi waba nesendla ekuthuthukeni komyeni wakhe ngakwezezimali.

Umahluleli uncome umyeni walo wesimame ngokuthi azisukumele ngokwakhe amthengele umuzi omusha, imoto, akhokhele ezempilo futhi akhulise nemali yesendlo. Uthe lo wesilisa kumele aqinisekise nokuthi ikusasa lalo wesimame lezezimali livikelekile futhi uphila kahle.

-The Mercury

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.