Ijazi ligcwale umoya kumfundisi waseWeseli

2016-07-24 09:00

Durban - Ijazi ligcwale umoya kumfundisi obesolwa ngokubiza abazalwane ngabathakathi eBulwer, kubika iSOLEZWE.

Kuthiwa lo mfundisi ubesevumela nokuthi leli bandla libe nabaphrofethi nokuyinto engahambisani nemigomo yaleli bandla

OLUNYE UDABA:Akekho owafa ngemuva kokudla inyoka - Umfundisi

Umfundisi u-ZV Mkhize ubeseguqule ibandla ngokwenza intando yakhe, kuthiwa ubevuna namaGosa aphelelwe isikhathi ukuba aqhubeke ezikhundleni zawo.

Ngokusho komthombo obikele abeSOLEZWE, ikomidi eliphezulu laleli bandla lihlanganyele eMpendle lapho kumenyezelwe ngokukhishwa kwalo mfundisi.

Kwenziwa izaba zokuthi uyofukula ibandla laseMatatiela. Ibandla lihlukene phakathi ngalokhu ngoba abanye bebekhala ngokuthi kungani umfundisi engaqondiswanga izigwegwe uma ephuma endleleni kunokuthi axoshwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.