"Ijele lizoyiqondisa indodana yami"

2016-06-30 16:00

Johannesburg - UJulia Mamabolo oneminyaka engu-50 ubudala ungowesifazane odangele.

Indodana yakhe yokuqala yokugcina uDibageng Mamabolo eneminyaka engu-23 ubudala iboshelwe icala lokuphanga kanti igwetshwe iminyaka engu-8 ibhadle ejele laseKgosi Mampuru II.

OLUNYE UDABA: Isiboshwa esiyingozi sisebenzise amashidi ukweqa ejele

Umama wale ndoda uthe indadana yake ibiyenza okungalungile kanti futhi izibandakanye nabantu abangalungile.

UJulia ohlala eKwaggasrand ePitoli utshele iDaily Sun ukuthi ubugebengu bumuke nekusasa lendodana yakhe.

"Bengihlezi ngimfisela okuhle kodwa kodwa usezodonsa ejwele nezigebengu eziyingozi.

"Angeke akwazi ukungisola ngokwenzeke kuye. Ngangimkhuza ngabangani bakhe abangalungile notshwala kodwa engalaleli."

UJulia uthe abantu abaphula umthetho kufanele bajeziswe kanti ukholwa wukuthi ijele lizoyiqondisa indodana yakhe ikwazi nokujabulela impilo wacela nokuba umasipala wakhe amahholo nezindawo zemidlalo ezizothiwa intsha kubugebengu nezidakamizwa.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.