Ikahle ingane etetelwe ngaphansi kwebhulohwe kuqhubeka izingozi phezu kwalo

2016-05-13 12:37

Cape Town - Owesifazane ohlala emgwaqeni uyibelethele ngaphansi kwebhulohwe ingane phakathi kwezigameko zezingozi ezimbili ngaphansi kwesimo sezulu esingesihle eKapa ngomhlaka-13 Meyi ngoLwesihlanu.

Lezi zigameko zzontathu enzeke lapho okuhlangana khona imigwaqo emibili emkhulu uN2 noM3 eKapa, ngesikhathi esifanayo namuhla ekusnei, kusho abosizo lokuqala.

OLUNYE UDABA: Owesifazane ubelethele ebhanoyini lisemoyeni

Lo mama nosana lwakhe basendaweni ephephile esibhedlela sedolobha.

Abe-ER24 bathe abosizo lokuqala  bafike endaweni yesigameko ku-N2 bathola ukuthi umshayeli uhlulekile ukulawula imoto yayoshaya udonga.

"Isigameko senzeka izlu lina kwalimala umshayeli wemoto oneminyaka engu-51 ubudala.

Isigameko sesibili sibandakanya izimoto ezimbil. " Kukholakala ukuthi imoto ebiqhamuka ngaseKapa kuM3 ilibangise kuLoop iyakuN2 ishayisane nenye imoto. Ngenhlanhla akekho olimalile.

"Ngaleso sikhathi ngaphansi kwebhulohwe  elihamba ngaphezu kukaN2 bekunowesifazane okukholakala ukuthi uhlwempu ubebeletha inagne.

"Kukholakala ukuthi ingane isesimeni esikahle. Abezicisham,lilo bebesendaweni yesigameko belekelela umama wengane ebeletha waphuthunyiwsa esibhedlela ngabakwaMetro," kusho abe-ER24.

 


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.