IKaizer Chiefs ilaxaze iKapa yakhetha iTheku - Umbiko

2016-08-15 17:34

Johannesburg - IKaizer Chiefs ngeke isayidlala imidlalo yayo yasekhyaya ye-Absa Premiership eKapa kule sizini njengokuba bekulindelekile.

IKickOff.com ibika ukuthi iChiefs isizodlala imidlalo yayo emithathu yasekhaya eMoses Mabhida Stadium eThekwini.

Imidlalo emibili kuleyo izoyidlala ne-Ajax Cape Town kanye neHighlands Park.

Funda nalolu daba: Sithole iziyalo kuKhoza isitobha esisha sePirates

"Yebo, sitshelwe ukuthi iKaizer Chiefs ikhethe ukudlala eminye yemidlalo yasekhaya eThekwini,” kusho okhulumela idolobha laseKapa uPriya Reddy kwiKickOff.com.

Amakhosi kubikwa ukuthi asayina inkontileka ka-R4.5-million nedolobha laseKapa ngesizini edlule ukuze idlale imidlalo yayo yasekhaya  kuleli dolobha.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.