Ikhehla lidedelwe ngebheyili ka-R10 000 ngokuzama ukubulala

2017-01-25 14:31

Johannesburg - Ivele eNkantolo yaseModjadjiskloof indoda eneminyaka engu-70 ubudala ngecala lokuzama ukubulala, kusho amaphoyisa aseLimpopo ngoLwesithathu.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Motlafela Mojapelo uthe uMichael Toulou, onepulazi, kusolwa ukuthi wadubula indoda eneminyaka engu-30 ubudala ngemuva kokuyisola ngokweba.

OLUNYE UDABA:Kulimale ingane, 5, ngemuva kokuwelwa yisango

"Umsola usolwa ngokubhekana ngqo nesisulu, uSimon Mmethi, esisola ngokumebela izinkuni epulazini lakhe. Wabe esesidubula isisulu.

"UMmethe wangeniswa esibhedlela ngenxa yokulimala kanzima kanti namanje usasesibhedlela."

Isigameko senzeka epulazini likaToulou emasontweni amathathu adlule.

Inkantolo idedele uToulou ngebheyili yemali engu-R10 000, icala lahlehliselwa umhlaka-28 Mashi.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.