Ikhehla lizitholele ngokwalo izinswelaboya ezeba izimbuzi zalo

2016-05-10 18:30

Limpopo – Akawakholwanga amehlo akhe ebona izimbuzi zakhe ezingu-12 kweminye emizi eyakhelene nesonto, kubika iDailysun.

Umkhulu uNonki, 58, waseLeeuwfontein eLimpopo uthi izimbuzi zakhe zebiwa emasontweni amabili adlule ngesikhathi umalusi wazo esathathe ikhefu ehambile.

UNonki ukwazile ukubamba amasela amabili elokishini laseMoeding. Laba basolwa bahambe nalomkhulu beyomkhombisa komunye umuzi eTafelkop lapho abadayisa khona izimbuzi zakhe.

OLUNYE UDABA:Abaqwayizi bakhala ngezimbuzi eziphazamisa ibhizinisi labo

“Abanikazi bale ndawo bangitshele ukuthi babadayisela lezi zimbuzi ngemali engu-R3500. Sihambile sayozilanda lezi zimbuzi kodwa besekusele ezingu-12 kuphela,”kusho yena.

Laba basolwa bahambise uNonki komunye abebesebenza nayo okunguyena obegcine ezinye izimbuzi zakhe ezingu-18.

UConstable Boitumelo okhulumela amaphoyisa ukuqinisekisile ukuvulwa kwecala lokugebenga nokuthi kuboshwe abasolwa abathathu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.