Ikhehla,82, lisolwa ngokugwaza libulale isalukazi eDannhauser

2016-07-19 20:33

Dannhauser – Owesimame okusolakala ukuthi useminyakeni ephakathi no-60 ugwazwe wabulawa uphathina wakhe oneminyaka engu-82 ubudala.

Lesi salukazi sigwazwe sabulawa epulazini eliseNellyvalley eDannhauser.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa ikhehla epulazini e-KZN

Amaphoyisa asola ukuthi lesi sigameko sihambisana nodlame lwasekhaya.

Kusolwa ukuthi leli khehla livele labaleka layozibulala ngemuva kokugwaza isalukazi ngoba litholakale lilenga ezihlahleni.

Kuvulwe icala lokubulala kanti amaphoyisa asaphenya kabanzi ngalokhu, kubika iNewcastle Advertiser.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.