Ikhethe ukuzibulala intombazane ebingenaso isitifiketi sokuzalwa

2017-08-02 12:32

Johannesburg - Ikhethe ukuzibulala intombazane yaseGauteng ebibhekene nokuthi angeke ikwazi ukuba nomatikuletsheni ngoba ingenawo umazisi noma isitifiketi sokuzalwa.

UBrenda Sithole, 17, obenza uGrade 11 esikoleni iThutopele Secondary, uzibulale ngesonto eledlule ngemuva kwezinsolo zokutshelwa ukuthi uzoxoshwa esikoleni ngoba akaqedile ukubhalisa.

OLUNYE UDABA: Udube ingane ongayitholi i-ID

Encwadini eyibhalele umndeni wakhe, uthe ubone kungcono ukuthi athathe impilo yakhe ngoba yena akamsebenzi walutho, uzibona ingenalo ikusasa futhi uyihlazo emndenini wakhe.

Le ntombazane iphinde yabhala ukuthi ibinamaphupho amakhulu ebinesifiso sokuba aphumelele kodwa abengeke esafezeka ngoba ibizoxoshwa esikoleni ngoba ingenawo amalungelo okuba nomazisi okutshengisa ukuthi nayo ingumuntu.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.