Ikhuza ibuya imidlalo kaSiyabonga Sangweni enkundleni yaseDondotha

2017-06-26 18:01

Durban - Umkhandlu wesifunda saseKing Cetshwayo uzohlanganisa umcimbi wezemidlalo ngokubambisana noMasipala waseMfolozi.

Laba bomasipala bazosebenzisana nalowo owayegijima ku-Orlando Pirates uSiyabonga Sangweni naye ovame ukwenza imicimbi yaminyaka yonke yezemidlalo ngaphansi kukaMasipala iKing Cetshwayo.

Le midlalo ihlelelwe ukuba ithathe izinsuku ezintathu kusukela ngomhlaka-7 kuya kumhlaka-9 kuJulayi enkundleni yaseDondotha engaphansi kukaMasipala waseMfolozi.

IMeya yalo masipala uSmanga Mgenge uthe le midlalo izobiwa ngeSiyabonga Sangweni Youth Month Festival and Meyoral Sports Day.

"Usuku lokuqala luhlelelwe ukuhlanganisa izingane ezifunda amabanga aphezulu lapho zizobe zifundiswa ngezobuchwepheshe, ezobuciko namakhono ahlukahlukene kanye nokuqeqeshelwa ezemidlalo," kusho uMgenge.

OLUNYE UDABA:Happy Birthday Siyabonga Sangweni Captain - Umbono

Uthe usuku lwesibili yilapho kuzodlalwa khona imidlalo eyahlukahlukene; okuyibhola lezinyawo, elomnqakiswano, amanqindi, imidlalo yesintu ,i-chess, ezamabhayisikili, kanye nemincintiswano yokuqwalwa kwentaba. Yonke le midlalo ingeyomkhumula jezi. 

UMkhandlu weKing Cetshwayo uthi imicimbi efana nalena ibaluleke kakhulu ngoba inika intsha amathuba okubonakalisa amakhono ayo kwezemidlalo kanye nokuyixhumanisa nabantu abazokwazi ukubaluleka ukuze bahlelele ikusasa eliqhakazile.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.