Ikolishi lagcina ngokwamukela imali yabafundi, aliphindanga lavulwa

2016-07-29 16:00

Pretoria – Siyanda isibalo sabafundi abakhala ngekolishi i-IT Training Corporation eliseCenturion ngokubaqola, kubika iPretoria News.

Laba bafundi bathi lesi sikole savalwa ngaphandle kwesixwayiso ngemuva kokuthi bakhokhe imali yezifundo.

Omunye wabafundi uTameer Ferreira uthi wakhokha imali engango-R72 000 ngesonto elandulela ukuvalwa kwalesi sikole.

funda nalolu daba:'Ubehlela ukuhlasela ikolishi obulale abazalwane abangu-9'

“Ngisadidekile ngokuthi ngabe ngizobuyiselwa imali yami noma leli kolishi lizohlakazwa. Ngisuke kwelaseMalawi ngenhloso yokufunda kuleli ngoba bebenezifundo ezingcono kunamanye amakolishi e-IT,” kusho yena.

Kuthiwa lesi sikole sabanezinkinga zezimali ngemuva kokuthi liqolwe imali engango-R1.6 miliyoni nokuyinto eyenza umnikazi waso azibulale. Kusukela lapho inkampani ephethe lesi sikole yathathwa udadewabo kamufi owaqhubeka nokubhalisa abafundi abasha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.