IKomidi lasephalamende lithi alinawo amandla okuhlehlisa inkulumo yesizwe

2018-02-01 16:01

eGoli - IKomidi elengamele ukusebenza ePhalamende lithi ngeke likwazi ukuthatha isinqumo mayelana nokuhlehliswa kweNkulumo Yesizwe.

Lokhu kuvezwe uSihlalo weNational Assembly House uCedrick Frolick obephethe umhlangano waleli komidi ngemuva kwesicelo esifakwe yiqembu leDA ukuba kuhlehliswa inkulumo.

“Malungu ahloniphekile, ngithi anginibonise ukuthi uma nibuka uhlelo lwangomhlaka 8 Febhruwari nizobona ukuthi wuhlelo oluhlanganyelwe. Lolu hlelo lubonisa ukuthi kwaba nesivumelwano phakathi kukaSomlomo kanye noSihlalo weNational Council of Provinces.

OLUNYE UDABA:Amaqembu aphikisayo azobamba umhlangano ngolukaZuma

"Lokhu kusho ukuthi lolu daba akulona udaba olulindele isinqumo esivela kwikomidi lasePhalamende, kodwa wudaba okwavunyelwana ngalo ngabe komidi esebenza ngokubambisana ezinhlelweni,"kusho yena.

Lo sihlalo ucebisa amaqembu afake izicelo zokuba kuhlehliswe iNkulumo Yesizwe ukuba baxhumane nekomidi leNational Council of Provinces, kubika iSABC News.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.