Ikomidi lezobuCiko namaSiko lidlulise awenduduzo emndenini ka'Jwara'

2017-06-07 07:01

Johannesburg - Ikomidi lezobuCiko namaSiko ePhalamende lidlulise amazwi enduduzo ngokushona kwengqalabutho kweszokulingisa, uWashington Sixolo.

Lo mlingisi owaduma ngokudlala indawo kaJwara emdlalweni owawuthandwa kakhulu, eMzini Wezinsizwa, ushone eneminyaka engu-83 ubudala.

USihlalo waleli komidi uXoliswa Tom uthe: “USixolo ongomunye wezinkakha kwezokulingisa obeqhakambisa kakhulu ulimi lwakhe lwebele ngoba ezinhlelweni eziningi abedlala kuzo wayelingisa ngolimi lwesiXhosa.

“Sithi dudu emndenini wakwaSixolo ngokulahlekelwa yile ngqalabutho."

OLUNYE UDABA:Isililo kudlula emhlabeni owayelingisa eMzini Wezinsizwa

USixolo waqala ukugula ngenyanga kaMeyi wangeniswa esibhedlela iBaragwanath ekuqaleni kukaJuni nokuyilapho ashonele khona ngeSonto.

Inkonzo yakhe yesikhumbuzo izobanjelwa ehholo lomphakathi i-Uncle Toms elokishini e-Orlando West ngoLwesine emini, kubika i-IOL.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.