Ayikabikelwa imindeni yabashone kuwa isakhiwo eThekwini

2018-03-29 12:31

Durban - Imindeni yabasebenzi abathathu abashone ngemuva kokuwelwa wudonga eWentworth kulindeleke ukuba babikelwa ngokulahlekelwa ngamalungu emndeni.

NgoLwesithathu, kubhidlike isakhiwo kwashona abantu abathathu, kwathi abanye  abangu-5 baphuthunyiswa esibhedlela besesimeni esibucayi.

Kukholakala ukuthi la basebenzi bebephezu kophahla ngesikhatwu kubhidlika isakhiwe.

OLUNYE UDABA:Sebebathathu abashone kuwa isakhiwo eThekwini

Izidumbu zitholakale ebusuku ngemuva kokufunwa phansi kwemfucuza amahora angu-6.

Okhulumela amaphoyisa uThembeka Mbele utheangeke bakwazi ukudalula amagama abasebenzi kuze kube wukuthi imindeni isibikelwe ngesigameko.

La basebenzi ngabaseNquthu, eLesotho naseZimbabwe.

Iziphathimandla zibuyele endaweni yeisgameko namuhla ekuseni ziyoqhubeka nomsebenzi.

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.