Imayini idumele ngokushona komunye wabavukuzi emgodini

2017-08-27 09:53

Johannesburg - IHarmony Gold ithi idumele ngokushona komunye wabavukuzi emgodini waseKusasalethu, ngaseCarletonville eWest Rand.

Umvukuzi oshonile ubengomunye walabo abahlanu ebebevaleleke emgodini ngemuva kokudilika okudalwe ukuzamazama komhlaba.

Ukhishwe emgodini yithimba labatakuli eliyisipesheli emayini kodwa washona ngokuhamba kwesikhathi ngenxa yokulimala kabi.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe ikhansela ngecala lokubulala

Inkampani ithi izoqhubeka nokwenza konke okusemandleni ukuqinisekisa ukuthi abavukuzi abane abasavaleleke emgodini bayakhishwa ngokushesha.

Okhulumela iHarmony Gold uLauren Fourie uthi bakhalisana nomndeni kanye nabangani besisulu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.