IMeya izovakashela umndeni wabesimame abane ababulewe ngoLwesine

2018-01-20 10:36

Johannesburg - IMeya yaseKurhuleni uMzwandile Masina uzovakashela umndeni wabesimame abane ababulawa phakathi nesonto.

Laba besimame bahlaselwa oshayasibhamu ababili kwisigameko okukholakala ukuthi siyimpi yamqembu amba izimayini ngokungemthetho.

UMasina uzoqala ahambele endaweni lapho kwabulawela laba besimame kanye noyedwa olimele emijondolo yaseDaveyton.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa abesimame abane eGoli

ULieutenant Colonel Lungelo Dlamini okhulumela amaphoyisa uthe: "Amaphoyisa athole ukuthi laba besimame bebehlanganyele ndawonye kulungiselelwa umngcwabo wamadoda ayisikhombisa imizimba yawo eyatholakala esigangeni eBenoni ngeSonto mhlaka 14 Januwari 2018."

Kuthiwa ukutholakala kwalezi zidumbu eziyisikhombisa kuqale impi phakathi kwamaqembu abavukuzi akulendawo.

Kusungulwe nethimba eliphenya ngalesi sigameko kanye nesalabo abayisikhombisa abatholakala bedindilizile esikhotheni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.