Imeya yaseGoli izoqhubeka nomsebenzi uma ibuyiselwa esikhundleni

2016-07-07 14:31

Johannesburg – UParks Tau usho lokhu ngesikhathi ethula umbiko wakhe wokugcina njengomeya waleli dolobha, kubika i-EWN.

UTau uthe kunabantu abangu-10 000 abafika eGoli nyangazonke washo nokuthi leli dolobha selidale amathuba omsebenzi angu-200 000 ngohlelo lwe-Expanded Public Works Programme.

OLUNYE UDABA:UMkhandlu waseMsunduzi udinga u-R102m

UTau uthe uma ebuyela kulesi sikhundla ngemuva kokhetho lwangenyanga ezayo, uzoqhubeka nomsebenzi wokuthuthukisa inqalasizinda kanye nesimo sempilo.

Uqhubeke wathi kubalulekile ukusebenzela ukuguqula impilo yabantu ngaso sonke isikhathi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.