IMeya yaseNkandla ithi uZuma wayidumisa kabi indawo yangakubo

2016-08-02 10:01


Nkandla – UThami Ntuli oyiMeya yasenkandla utshele abe-News24 ukuthi uMengameli uJacob Zuma wayidumisa kabi indawo yangakubo.

“Leli ikhaya likaMengameli wezwe, kodwa akakaze abe nesandla kwintuthuko yakule ndawo. Asikaze sizuze ngalutho ngokuthi uMengameli udabuka kule ndawo,”kusho uNtuli.

OLUNYE UDABA:Imeya yaseGoli izoqhubeka nomsebenzi uma ibuyiselwa esikhundleni

UNtuli uthi kuyishwa ukuthi iNkandla isivele yaduma kabi emehlweni womhlaba wonke njengendawo lapho kwasetshenziswa khona imali yabakhokhi bentela ngobudedengu ngokwakhiwa kwekhaya likaZuma kwesikaNxamalala.

“Sikholwa wukuthi kukhona okuhle abengakwenza ukuthithikisa ukuhanjiswa kwezidinga la endaweni yangakubo."

UNtuli uthi usemningi umsebenzi osadinga ukwenziwa kodwa ubonga ubuholi be-IFP nokuyiyona ephethe lo masipala ngokumethemba ukuhambisa izidingo kubantu.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter       

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.