Imibono eyahlukene ngengane ebizwe ngekhafula

2016-11-15 14:32

Durban - Intombazane eneminyaka engu-13 ubudala eyayihamba nabangani bayo endaweni yaseKraaifontein ithi yabizwa ngekhafula yashayiswa owesilwane owebala elimhlophe eyisola ngokusukela izinja zakhe.

Baphawule kanje abafundi: 

USphamandla Dlamini uthe: Awu! ayikho into entsha lapho ilokhu kwathi-nhlo sibizwangakhafula ngisho ne-ANC iyakwazi lokho kodwa ngeke wenze lutho ngoba nawo ungamakhafula anikezwa imali yiwo amabhunu.

UMxolisi Thulane uthe: Bakwethu sikulenkinga yokucwasana nje kumanje i-DA ne-EFF noma ngabe anithandi uMalema ufake isihlava esibi kuthi indlu emnyama kanye ne-DA isaphethe lamabhunu anobandlululo nabo o-IFP, NFP ne-ANC abakaze bathi asibulalane namabhunu ngoba bayalwazi usizi esadlula kulo ngobandlululo.

UDeebongz Ngidi uthe: Yabona nje indaba yabamhlophe iyacasula angazike ngoba nibavotela, indlu yakithi phaphamani ukubona kanye ukubona kabili ababekwenza baswele amandla okukuphinda.

USthembiso Nene uthe: Ubandlululo alusoze lwaphela kuleli.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.             

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.