Imibuzo ngokushona koweqembu leziNgane Zoma

2016-11-18 11:32

Durban - Uzongcwatshwa ngeSonto umculi weqembu likamasikandi leZingane Zoma oshone ngoLwesihlanu ebusuku emuva kokubambeka amasonto ambalwa.

UMqapheleni Magubane waseMahlaba, eeMsinga, maphakathi yeKwaZulu-Natal ongumfowabo kaZwelenduna "Mtekhala" Magubane weqembu likaShwi noMtekhala uzofihlwa kubo eMahlaba njengoba kubikwa ukuthi ubephethwe yizinso.

UMnu Shobeni Khuzwayo abasebenze naye isikhathi eside kuleli qembu nakuba yena esegxile emsebenzini wokuba yikhansela kuWard 1 kwaNgqulu, eNquthu, enyakatho yeKwaZulu-Natal ekade enalo emculweni, kubika ILANGA.

Uthi okuningi bekwenziwa nguyena uMqapheleni okubalwa kukhona ukuphrojusa abaculi abangaphansi kwale nkampani yeZingane Zoma Music Production okubalwa kubona uKhuzani, Dlubheke, oSaziwayo, Qalindaba, Izintombi zikaMjaphane nabanye abaningi.

OLUNYE UDABA: Izingane Zoma zize neseka uZuma

"Akukho okubi okukhinjiswe uMagubane ngokugula kwakhe ngoba bengilokhu ngixhumana naye ngesikhathi esho ukuthi akaphathekile ngaze ngaxhumana nomama wakwakhe wase engitshela umkakhe ukuthi isimo sibi," kusho uKhuzwayo.

Umtekhala Magubane uthi lokhu kugula balahlekelwe kakhulu emndenini ngoba lokhu kugula akubanikezanga ithuba eliningi kube yisigubhukane.

UKhuzwayo uthi ukuhamba kukaMqapheli kushiya imibuzo emikhulu yokuthi ngabe sekuyikho yini ukuphela komsebenzi wabo womculo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.