Imindeni eminingi ikhahlanyezwe yizimvula eKZN

2017-02-07 16:02

Durban - Ingaphezu kwengu-30 imindeni ekuMasipala uGu, ogwini oluseningizimu yeKwaZulu-Natal, esale dengwane, kulandela isiphepho esibengempelasonto.

Okhulumela uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu esifundazweni uMthatheni Mabaso uthi uMnyango njengamanje usiza imindeni ekhahlemezekile ngokudla nangendawo yokufihla ikhanda.

OLUNYE UDABA: Usethi khumu obengumlingisi kuMuvhango

"Ithimba lethu lezinhlekelele selithunyelwe nguNgqongqoshe woMnyango ukuba liyosiza kulandela izehlakalo ezidalwe yizimvula ezinamandla esifundazweni ezinsukwini ezimbili ezedlule endaweni yasoGwini,” kusho uMabaso.

"Ingaphezu kwengu-30 imizi ephephukile. Izimvula zidale umonakalo omkhulu ezindlini zabantu. Njengamanje sisiza abantu,” kusho uMabaso.

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.