Imininingwane ngeziboshwa ezeqe ejele laseMpangeni

2017-09-27 09:32

Durban – Amaphoyisa awakawutholi umkhondo ngeziboshwa ezeqile eMpangeni Medium Correctional Centre KwaZulu-Natal ekuseni ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uThulani Mdluli utshele iNews24 ukuthi lezi ziboshwa ebezisalinde ukuthethwa kwamacala zithathwa njengeziyingozi kakhulu njengoba beziboshwe ngamacala abucayi okubalwa kuwona ukubulala, ukuzama ukubulala kanye nokuphanga.

Esinye isiboshwa ebesizama ukweqa naso, uBonginkosi Olive Nxumalo, sitholakale sibanjwe wucingo lwasejele.

Yena waboshwa ngecala lokuzama ukubulala, ukuphanga, nokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni kanye  nezinhlamvu.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abatholakale nensangu engabiza u-R75 000 

UMnyango wezokuhlunyeleliswa kwezimilo KwaZulu-Natal ukuqinisekisile ukweqa kweziboshwa ezinhlanu nokuthi sekuvulwe icala esiteshini samaphoyisa ngesigameko.

Imininingwane ngeziboshwa ezeqile:

1. UMukelani Njabulo Skheleqe Sibiya waKwaNongoma, eMatshamhlophe Reserve, ohlala eduze naseBhobhobho Primary School – waboshwa ngecala lokubulala nelokuphanga;

2. USifisokuhle Mfeka waseDokodweni eNgulule, ngasesitolo iThembalihle  – waboshwa ngecala lokubulala;

3.USiyabonga Mshana Khumalo waseMtubatuba, KwaNkombose, ngasesitolo sakwaZamani  – waboshwa ngecala lokubulala;

4. UDumisani Patrick Ncamphalala waseRichards Bay, eMandlazini, ngasesitolo iVukuzenzele  – waboshwa ngecala lokuzama ukubulala, ukuphanga nokugqekeza;

5. UThemba Sipho Dlodlo, waseSikhaleni, eMadlankala eduse naseMaqhama Primary School – waboshwa ngecala lokuphanga nokubamba iinkunzi ngesihluku;

Amalungu omphakathi anemininin gwane engaholela ekuboshwe kwabasoilwa ayanxusa ukuba axhumane namaphoyisa aseduzane noma afonele iCrime Stop ku-08600 10111.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.