Imithombo ithi umthwalo ususobhokweni kowePirates

2016-07-20 17:31

Johannesburg – ISiya Crew isibike ukuthi isihoshe ezithi umdlali wasesiswini we-Orlando Pirates, uThandani Ntshumayelo, ubambe umhlangano neziphathimandla zeqembu.

Kusolwa ukuthi baxoxa ngekusasa lalo mdlali.

Lo mdlali odume ngelika‘Bibo’ kulindeleke ukuba ahambe kumaBhakabhaka kulandela ukungabi nesizini enhle ka-2015/16.

UNtshumayelo, 26, waqala imidlalo eyisikhombisa kuphela yeqembu ngesizini eyedlule, kanti kubukeka sengathi izinguquko ezikhona eqenjini azibabandakanyi abanye abadlali abadala.

OLUNYE UDABA: Kulindeleke ukuba ligawule izembe lePirates kubadlali

“UThandani Ntshumayelo usemhlanganweni nezikhulu zeqembu, kanti kubukeka sengathi uyahamba,” kusho umthombo.

Imithombo ithi uNtshumayelo ungomunye wabadlali abasalile njengoba iqembu lizilolongela eNorth West.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.