Imoto ihlukane phakathi ibandakanyeka engozini

2016-07-01 12:30

Durban – Kulimale abantu abahlanu ngesikhathi imoto ihlukana phakathi engozini eyenzeke ku-N2 eMhlali ngoLwesine ebusuku.

Okhulumela i-IPSS Medical Rescue uPaul Herbst uthi imoto ibimile ngesikhathi ishayiswa ngemuva yiveni elithutha impahla.

Funda nalolu daba: Kusolwa isiteleka ngamabhasi ashiswe eThekwini

“Ishayiseke yahlephuka phakathi. Abantu ibachithele ngaphandle batholakala weni.,” usho kanje.

UHerbst uqhube wathi abantu abahlanu, ebebesemotweni, bathole ukulimala kanti baphuthunyiswe esibhedlela.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.