Imoto yezidumbu ishayise ababili emngcwabeni, bashona

2016-08-16 12:30

Dutban – Kwenzeke okungajwayelekile ngesikhathi imoto ethwala izidumbu iphelelwa amabhuleki yagandaya abantu besifazane ababili bashona emngcwabeni obusoLundi, KwaZulu-Natal.

Kuthiwa le moto yaMathole Funeral Services ibimile eduzane nalapho bekungcwatshwa khona, kanti izophelelwa amabhuleki.

Abashonile ngoNtombela Nxele, 61, noKhethiwe Zondo, 73, kanti omunye umuntu kuthiwa ubangwa nezibi esibhedlela.

OLUNYE UDABA: Ushonile oshayiswe yimoto yezidumbu

“Laba abashonile bekungabesifazane abebehlezi phansi. Bekungcwatshelwa endaweni esegqumeni, omama behleli ngezansi phansi kwesihlahla.

“Sizamile ukubamemeza, kwasho ukuthi imoto isiseduze,” kusho ilungu lomphakathi.

Kuthiwa umshayeli ube esengena emotweni wayishaya yazula, eshiya ngemuva ozakwabo ababili.

Thola udaba oluphelele kuSolezwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.