INamibia iqinisekise udaba lowesilisa, 41, one-listeriosis

2018-03-14 12:30

Windhoek – Izwe iNamibia ikhiphe umbiko wokuqinisekisa ukuthi kunomuntu oyedwa osekutholakale ukuthi ungenwe yisifo i-listeriosis.

Kuthiwa lo wesilisa oneminyaka engu-41 ubudala ubangwa nezibi esibhedlela esiWindhoek ngenxa yalesi sifo.

Abe-BBC bacaphune uNgqongqoshe wezeMpilo kuleliya lizwe uBernard Haufiku ethi lo mlisa uqale ukugula ngemuva kokudla isoseji alithenge ebhusha esinyakatho nenhlokodolobha yezwe.

OLUNYE UDABA:Sesinyukile isibalo sababulawe yi-listeriosis

Izwe iNamibia laba ngelokuqala emazweni amane asezwenikazi i-Afrika ukuhoxisa ukwamukela inyama evela eNingizimu Afrika emasontweni ambalwa adlule ngemuva kukuvela kwemibiko yalesi sifo.

Kuleli, iNational Institute for Communicable Diseases isinxuse izisebenzi zezempilo ukuba ziqhubeke nokuqaphela izimpawu zesifo i-listeria kulandela ukushona kwabanye abantu abathathu ngenxa yaso.

I-listeriosis kuthiwa iqubuke emikhiqizweni yakwa-Enterprise neyakwaRainbow Chicken, osekukhishwe umyalelo wokuba ikhishwe ezitolo.

Isibalo salabo asebebulawe yilesi sifo sesimi ku-183.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.