Indida ngokubulawa kukasomabhizinisi eMlazi

2016-08-18 07:45

Durban – Umndeni kasomabhizinisi waseMlazi uMlungisi Chiliza kushiye umndeni wakhe ukhungathekile, kubika iThe Mecury.

Lo somabhizinisi wadutshulwa wabulawa phandle kwendawo yokungcebeleka eMax’s Lifestyle ngoMsombuluko ekuseni.

Funda nalolu daba:Kudutshulwe umnikazi wendawo yokucima ukoma egeza

Ngokusho kukaMbali Chiliza ongumkakhe, uMlungisi, 44, ubelibangise emhlanganweni. Lo somabhizinisi unenkampani yokwakha iNkanini kanti futhi uyilunga leMlazi Business Forum.

UmkaChiliza uthi umyeni wakhe wayenomngani wakhe omkhulu uSibusiso Mnyandu abasebenzisana naye kwiDelangokubona Business Forum, ngesikhathi ehlaselwa.

“Angikezwa lutho mayelana nembangela yokubulawa komyeni wam futhi akukho engingakusho okwamanje,”kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.