Indida ngowase-KZN oduke sekusondele ukuba azokhokhelwa

2016-11-25 20:28

Durban – Uphithene ikhanda unina kaNokuthula Zwane, 19, waKwaHlabisa odukile njengoba kuthiwa le ntombazane eyenza uGrade 11 ibizokhokhelwa abasemzini ngoDisemba.

UZwane kuthiwa wagcina ukubonakala esikoleni afunda kuso, eSibongakonke High School, ekhala wathi uma umngani wakhe embuza wathi akamyeke phansi ngoba le nto ambuza yona esikoleni itshengisa ukumphoxa.

Umama kaZwane, uBongeni Ngcwamu, uthi uzwe esefonelwa etshelwa ukuthi indodakazi yakhe idukile.

“Ngenxa yokuthi angihali ekhaya ngokwamatoho, ngishayelwe ucingo ngaziswa ngokuduka kukaNokuthula. Ngithe uma umngani wakhe ngimbuza wangitshela ukuthi wamgcina esikoleni ebhala,” kusho uNgcamu.

OLUNYE UDABA: Umndeni ucela ukufuniswa owesilisa odukile

Uthe uZwane ubezokhehlwa abasemzini wakhe ngomhlaka-16 Disemba bese beyambesa.

ISolezwe lihoshe ezithi  uZwane unyamalale ngoba nakhu ephoqwa ukuba ashade ngenkani noKhulani Khanyi, 30, okuthiwa wamkhetha ebandleni lakwaShembe.

Okunye okuvelayo ukuthi uZwane ubenelinye isoka esikoleni.

Thola udaba oluphelele ephephandabeni iSolezwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.