Indlovu ibulale obezama ukushutha nayo

2016-07-13 12:35

Kathmandu – Kushone owesilisa eningizimu yezwe laseNepal ngesikhathi ezama ukuzishutha nendlovu, kusho iziphathimandla ngoLwesithathu.

Ubeshayela iloli elithwala amanzi ngesikhathi elimisa efuna ukushutha isithombe nendlovu.

Funda nalolu daba: Kuboshwe abantshontshe izibhamu befuna ukudubula amaphoyisa

Indlovu ibe isimshaya yambulala, kusho isikhulu seParsa Wildlife Reserve.

Indlovu embulele ibihamba nezinye ziphuma ngasempumalanga zilibhekise ngasentshonalanga yesiqiwi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.