Indoda ibicabanga ukuthi umkayo ulahlekile kanti uhleli nesoka

2016-07-25 16:01

Durban - Ngesikhathi unkosikazi kaJohannes Tshokwe enyamalala, uJohannes uvele wacabanga okubi kakhulu, kubika iDailysun.

UJohannes waya emaphoyiseni, futhi kwaphela izinsuku ezine ecingwa kwaze kwabizwa uphiko lwe-K9 kucingcwa unkosikazi kaJohannes.

OLUNYE UDABA:Umyeni wami waquleka kathathu senza ucansi - Unkosikazi

Uthe esebuya umkakhe, kwadideka naye uJohannes ngoba uthole ukuthi ubehleli nesoka sonke lesi sikhathi.

"Ngiphoxeke kabi ngoba ukhethe ukuba nenye indoda, ebonisa izingane zethu amanyala, wakhohlwa imina. Ngiyamthanda, ungumama wezingane zami kodwa ngeke ngikukhohlwe lokhu akwenzile,"kusho lo baba ngokuphoxeka.

Lo baba ukhale ngokuthi umkakhe umbukise ngabantu, amaphoyisa kanye nemali echithiwe kufunwa yena, ehamba nezithombe zakhe nakwamanye amalokishi nokuyilapho athola khona umkhondo wokuthi umkakhe ukuphi.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.