Indoda 'ibulale' intombi ngocelemba

2017-10-09 12:27

Ladysmith - Indoda eneminyaka engu-31 ubudala eyaboshelwa izinsolo zokubulala intombi yayo ngocelemba kulindeleke ukuba iphinde ivele enkantolo ngomhlaka-18 Okthoba ngecala lokubulala.

Lesi sehlakalo esihlasimulisa umzimba senzeka eVaalkop endaweni yaseKuvukeni ngoMgqibelo wangomhlaka-5 Agasti.

OLUNYE UDABA:Ulimale umgogodla oshaywe ngocelemba

Amaphoyisa abikelwa ngamalungu omndeni ngesehlakalo, umsowa wabe eseboshwa ngamaphoyisa aseKuvukeni.

Le ndoda yagcina ukuvela eNkantolo yeMantshi yaseKuvukeni ngomhlaka-7 Agasti ngecala lokubulala

 - Ladysmithgazette

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.