Indoda 'idubule' umkayo, umkhwekazi kanye nomfundisi

2017-02-01 10:01

Makurdi -  UJerome Adoko, ongumzingeli wase-Iwewe-Ichama e-Okpokwu, esifundeni iBenue usolwa ngokudubula umkakhe uRegina Adoko, umkhwekazi wakhe u-Esther Edoga, kanye nomfundisi u-Eze Udoh kubangwa umhlaba.

Ngokombiko wePunch, umbango womhlaba usunesikhathi uqhubeka kodwa lutho ukutholakala isixazululo.

UJerome kuthiwa uthi ungowakhe umhlaba kanti umkakhe yena uthi bayihlanganisela imali yokuwuthenga.

Kuthiwa bobabili bebelokhu bengakhulumisani kwaze kwaba uLwesine olwedlule lapho uJerome esole khona umkakhe ngokupheka inyamazane yakhe engamnikanga imvume.

OLUNYE UDABA: Uzohlawuliswa owesilisa owebe inkukhu yowesifazane

Usebenzise leli thuba ukugadla kuRegina, wathatha isibhamu sakhe wamdubula.

Umkhwekazi nomfundisi bazamile ukungenelela kodwa nabo wabadutshulwa.

Okhulumela amaphoyisa aseBenue uMoses Yamu usiqinisekisile isigameko, wathi umsolwa uboshiwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.