Indoda incibilike yaphela emanzini ane-acid

2016-11-17 12:30

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Billings – Umlisa wase-Oregon, eMelika, owashona ngemumva kokuwela emanzini ashisayo eYellowstone National Park ngoJuni, wayefuna indawo yokuzicwilisa emanzini ashisayo kule paki, kusho iziphathimandla.

USable Scott utshele abaphenyi ukuthi yena nomfowabo oneminyaka engu-23 ubudala bahamba ibanga elide entabeni bebheka indawo abangazicwilisa kuyo enamanzi ashisayo, nokuyinto engavumelekile,” oyiDeputy Chief Ranger, uLorant Veress, utshele iKULR-TV.

OLUNYE UDABA: Ushonile ongene ngoshemula washa 'eyogqekeza'

USable Scott wathatha i-video yamfowabo ngeselula yakhe mhlaka-7 kuJuni, wabe esehlela ngezansi ukuze abheke ukuthi amanzi ashisa kangakanani kanti uzoshibilika wawela kuleli damu elingu-6 feet ubude, u-4 feet ukuvuleka bese liba ngu-10 feet ukushona phansi, ngokusho kweNational Park Service.

Iziphathimandla azizange ziyikhiphe le video, kodwa umbiko uthi uSable Scott wazama ukutakula umfowabo.

Ngemumva kwalokho abatakuli babona isidumbu sikaColin Scott, sintanta edamini ngosuku okwenzeka ngalo isigameko kodwa imvula enamandla kanye nokuduma kwabavimbela ukuthi bathole lesi sidumbu.

Ngosuku olulandelayo, abasebenzi abazange bathole lutho olwalusekhona oluyisidumbu kula manzi abilayo futhi ane-acid.

Iziphathimandla zithi akuthathanga isikhathi eside ukuthi isidumbu sincibilike ngokushesha. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.