Indoda isola umkayo ngokuyikhubaza "induku"

2016-05-04 10:01

Bulawayo - Indoda yaseHarare uTrymore Mangaze usesole umkayo weminyaka embiki ngokusebenzisa umuthi ujuju ukukhubaza "induku" yakhe ukuze ingeke ikwazi ukuzibandakanya ocansini ngaphandle.

UMangaze usho kanje ngoLwesibili enkantolo ngesikhathi eyovela kulandela isicelo sengcwadi yokuzivikela esafakwa ngunkosikazi wakhe uSifelani Mapepa.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele oshumpule umyeni 'induku'

UMapepa utshele inkantolo ukuthi uMangeza uyamhlukumeza, uyathanda ukumbeka isandla futhi uhlezi esabisa ngokuzibulala.

"Ngikhathele ukushaywa nokusatshiswa ngokufa, sekuhlalele ovalweni ngexa kaMangeza ohlezi ethi uzozibulala," kusho uMapepa.

UMangeze ezikhulumela enkantolo uthe sihlezi sixabana nomkami ngoba ngithi wangithakatha.

"Sihlezi singaboningasolinye ngoba lo mfazi wakhubaza 'induku' yami ukuze ngingeke ngize ngizibandakanye ocansini nabanye abantu besifazane," kusho uMangeza.

"Ngodaba lokumhlukumeza, nguye ohlukumeza mina ngisho naphakathi kwabantu."

UMapepa uziphikisile izinsolo ezibhekiswe kuye wathi akazilutho ngojuju wathi uMangeza akaqondane nezintombi zakhe.

"Angizange ngize ngiyikhubaze 'induku' yakhe mina, akabuze izintombi zakhe hhayi mina," kusho uMapepa.

Imantshi yenakntolo ivune uMapepa ngencwadi yokuzivikela, kubika iBulawayo24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.