Indodana ibize unina ngomqwayizi

2017-08-04 19:29

Bulawayo - Kuthiwa ayiphilile kahle ngokwengqondo indoda yaseSelbourne Park eBulawayo eyaboshelwa izinsolo zokuthuka unina imubiza ngomqwayizi ngaphambi kokumxosha emzini wakhe.

UJeffrey Johnson Moyo, 26, usolwa ngokuchapha ngenhlamba umama wakhe uBekezela Moyo, 47, emubiza ngomqwayizi waqeda wamuxosha emzini wakhe ngomhlaka-27 Meyi 2017.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe 'oklinye, wabulala' indodana eThekwini

Le ndoda yafika kubo ngezithuba zabo-23:00 ngesikhathi kukhona unina endlini yaqala yamthuka ngenhlamba.

Ibe isimtshela ukuthi akaphume aphele emzini wayise ayozitholela owakhe. Lo mama wabikela amaphoyisa ngodaba, yabe isiboshwa.

UMoyo usevelile eNkntolo yeMantshi yaseBulawayo, uGladmore Mushove kwavela ukuthi ayiphilile kahle ngokomqondo ngakho ayikakulungeli ukuvela phambi kwenkantolo.

 - Bulawayo24

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.