Indodana kaMengameli Zuma izomangalela uBheki Cele

2018-02-11 12:10

Johannesburg - Indodana kaMenganeli Jacob Zuma, u-Edward Zuma, ithi izofaka isimanglo kwi-ANC ngoBheki Cele, oyilungu lesigungu esiphezulu kwi-ANC, ngokugxeka kwakhe u-Ace Magashule.

Eralini ye-ANC eVryheid enyakatho yeKwaZulu-Natal ngasekuqaleni kwenyanga, uCele wasola uMagashule ngokubulala inhlangano ngesikhathi ethi iyona eyamazisa emndenini wakwaGupta.

Phambilini, u-Edward ukhiphe isitatimende exolisa esizweni ngamazwi kankosikazi kaMengameli Jacob Zuma, uThobeka Madiba-Zuma ku-Instagram.

OLUNYE UDABA: Kushone oyedwa engozini eyenzeke eThekwini

Khona lapho, u-Edward ube esethi uCele uyena owenze ukuba uMadiba-Zuma akhulume kanjena, ngakho kumele aphendule ngokufaka inhlangano ehlazweni.

“Ngizofaka isimangalo ngoBheki Cele ngodoti wamazwi abawasho enkundleni yezokuxhumana. Ayilindelekile into efana nale kumholi wenhlangano, ikakhulukazi uma ikhuluma ngobumbano,” kusho uZuma.

-SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.