Indodana kaZuma ithi ayizisoli ngokuzwana nabakwaGupta

2017-09-01 11:01

Johannesburg – Njengoba ziqhubeka nokwanda izinsolo ezibhekene noDuduzane Zuma nomndeni wakwaGupta, indodana kaMengameli ithi ayizisoli ngokuzwana nalo mndeni ohlala unukwa ngezinto ezingezinhle.

UZuma ubexoxisana neBBC ngezinsolo zokuthi wayehlela imihlangano yenkohlakalo phakathi komndnei wakwaGupta nezinye izikhulu eziphezulu kuhulumeni oholwa yiqembu eliholwa nguyise.

Akafunanga ukuphendula ngokucacile mayelana nama-email aputshuka aveza izindlela umndeni wakwaGupta owahlomula ngazo kuhulumeni usebenzisana nabathize ngaphakathi.

Indodana kaMenganeli ithi kuzomele kuphenywe ngokuqukethwe ama-email ukuthola ukuthi kuyiqiniso kangakanini noma ama-email nje enziwe.

OLUNYE UDABA: I-ANC kumele ikhethe umengameli wesifazane - Sisulu

“Ukuthi ayiqiniso noma cha, akuyona into engifuna ukungena kuyona leyo. Engikushoyo ukuthi, sizoya kulolu daba ngesikhathi esifanele.”

UZuma uvikele ubudlelwane bakhe nomndeni wakwaGupta.

Uthe isinqumo sokusebenzisana nomndeni wakwaGupta wazithathela futhi akazisoli ngaso.  

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.