'Indodana yami ingithathele intombi'

2016-07-12 13:31

Johannebsurg - UMandla wathembisa ukuthi uzonakekela indodana yakhe nokuthi izohlala naye ize ithole umsebenzi.

Kodwa umusa kaMandla umenze wabongwa ngepuleti lamasimb*.

UMandla Buthelezi,46, ufike emzini wakhe oseMpilisweni, eThokoza,  eKurhuleni wathola intombi yakhe, uSophie Moremoholo,37, ilele nendodana yakhe uSipho Khanye,23.

“Babengasivalile isicabha, ngangena ngaphakathi. Angikholwanga ngesikhathi ngibathola bendawonye,” kusho uMandla.

Funda nalolu daba: Ingozi ibulale amanesi amathathu abeyothola iziqu

Uthi wazibamba sekuthi akamshaye ngesagila uSipho.

UMandla uthi intombi yakhe yeminyaka eyishumi imtshele ukuthi yaqala ukulala noSipho ngenxa yokuthi yena wayengalwenzi kahle ucansi.

Uthi uyakuqonda ukuthi intombi yakhe ibingagculisekile kodwa bekumele okungcono iyofuna enye indoda ngaphandle.

UMandla noShophie batshele iDaily Sun ukuthi sebehlala ndawonye.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.