'Induku' ibhajwe kwisipanela 'kudlalwa' izithandani zizitika ngocansi

2016-05-17 14:32

London -  Owesifazane uphoqeleke ukuhambisa isoka lakhe ebelikanukela ucansi esibhedlela ngemuva kokuba 'induku' yalo ibhajwe kwispanela, okwenze ukuthi ibebuhlungu futhi ivuvukale.

Ngokusho kombiko we-World Wide Wierd News lezi zithandani zase-Australia kusolwa ukuthi sizebenzise ithuluzi ukuzigculisa ngokocansi ngesikhathi zizitika ngalo.

OLUNYE UDABA: Owesifazane obelambele ucansi ungene ejele eyofuna usizo

Bekumnandi kudlalwa kodwa kuthe sekufanele sikhishwe isipanela, induku ibisivuvukele, ibuhlungu, 'induku' isibhajwe kwisipanela. Nakuba lezi zithandani zize zasebenzisa amafutha zizama ukukhipha isipanela ayizange iphume.

Abezindaba i-UK Metro babike ukuthi lezi zithandani ziphoqeleke ukuthi zibize abezicishamlilo ukuze bezolekelela kulemihlola mase kuphuthuntyiswa lo wesilisa esibhedlela.

Kuthiwa izicishamlilo zisebenzise ithuluzi lokusika i-grinder ukukhipha lesi sipanela ngaphambi kokuphumisa le ndoda esibhedlela ukuze izothola ukwelashwa.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.