Induna yaKwaNgcolosi ikhombe indlela izitabane

2016-11-17 11:30

Durban - Zibhekene ngengwadla izitabane ezishadile ezixoshwe yinduna yaseWushwini, KwaNgcolosi enyakatho nentshonalanga yeTheku, okuthiwa izisola ngokuthi zizokwandisa umoya omubi wobutabane endaweni.

Kumanje lezi zitabane sezilala ehhotela ngenxa yokuthi kazisanayo indawo yokuhlala zithi induna ishaya phansi ngonyawo ithi kayizidingi nendaweni yayo, ibingeke izamukele ukuba beyazi ukuthi ziyizitabane, futhi kayilandelwanga imigudu efanele ngesikhathi zibekwa.

OLUNYE UDABA: Badlwengule izitabane zabesimame bezifundisa isifundo

UNkk Nonkululeko Mthembu, 30,(inkosikazi) noNkk Nokuthula Mthembu (indoda) batshele iLANGA ukuthi induna, uMnu Mlethwa Ndlela, yesabise ngokuthi izokhipha izinsizwa zendawo uma beqhubeka behlala ngenkani.

Bathi sebenezinyanga ezintathu behlala kule ndawo, babekwe njengabo bonke abantu. Baveze ukuthi kabazange bafihle ukuthi bashadile njengoba sebeneminyaka emithathu ziwushayile.

Thola udaba oluphelele kwiphephandaba ILanga.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.