'INedbank Cup ingazesula izinyembezi zabalandeli bePirates'

2017-05-23 18:00

Johannesburg - Ikilabhu i-Orlando Pirates isangakwazi ukupholisa amanxeba abalandeli ngokuthi ithathe isicoco seNedbank Cup kulandela ukungenzi kahle  kule sizini, ngokusho kwalowo owayengumdlali wayo, uLucas Tlhomelang.

UTlhomelang ukholelwa ukuthi uma iBhakabhaka ingathatha le nkomishi, lokho kuzokwesula izinyembezi zabalandeli.

“Ngicabanga ukuthi kuzomele izame ukuwina iNedbank Cup ngoba lokho kuzokwesula izinyembezi zabalandeli. Ngisho ingangeni kwi-top 8, ukunqoba iNedbank Cup kuzokwesula ezinyembezi kwabanye babalandeli. .

Uthe kuzomele nakanjani bawinele le nkomishi abalandeli kanye noSihlalo, u-Irvin Khoza.

OLUNYE UDABA: IDowns iqinisekise eyokuvuselelwa kwenkontileka yesethenjwa

Uphinde wathi usihlalo waleli qembu ubenzele okuningi abadlali, waze wabalethela nomqeqeshi omusha uKjell Jonevret.

“Ume nabo ngaso sonke isikhathi,”  esho.

IPirates kulo nyaka igubha iminyaka engu-80 yasungulwa kanti uTlhomelang ukholelwa ukuthi ukuthatha isicoco kuzokwenza ibungaze kahle lo nyaka.

IBhakabhaka lizobhekana neSuperSport United kowamanqamu weNedbank Cup, eMoses Mabhida Stadium, ngoJuni 24.

- Soccer Laduma

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.