INelson Mandela Foundation ithi uZuma akehle esikhundleni

2017-06-01 07:17

Johannesburg – UMengameli Jacob Zuma kumele alalele abantu baseNingizimu Afrika, ehle esikhundleni sakhe, kusho ibhodi lenhlangano iNelson Mandela Foundation.

“Namhlanje, sekuyacaca ukuthi uMthethosisekelo usengcupheni futhi nohlelo lwayo lwezepolitiki aluhambi kahle,” kusho usihlalo webhodi uSolwazi Njabulo Ndebele.

Ibhodi belikhuluma nabezindaba kanye nomphakathi ngesimo sezwe ngoLwesithathu ebusuku.

"Siyamnxusa [uZuma] ukuba alalele abantu.”

Uthi umsebenzi wakhe uZuma umhlulile.

UNdebele uthe i-ANC kudingeka ilungise izinto ngaphakathi ukuze leli qembu ukuze lizoba nendlela eqondile.

OLUNYE UDABA: Ugxile entsheni uZuma ekhuluma ePhalamende

UNdebele uthe izwe linabaholi abangenandaba namandla oMthethosisekelo noma inhloso yawo.

Khonamanjalo, isikhulu esiphezuliu seNelson Mandela Foundation uSello Hatang, sinxuse abantu bakuleli ukuba bangakukhohlwa okwenzeka ngo-2007.

Uthe ngo-2007, iqembu lagxila ekugudluzeni umholi ngaphandle kokubheka izinto okumele zishitshwe.

Uthe ukugxila ekushintsheni umholi akwanele kodwa kumele kususwe konke okwenza umholi enze lokho akwenzayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.