Ingahle iphelele enkantolo eyeSundowns ne-Free Sate Stars

2016-08-16 12:30

Johannesburg - Izinkinga zokungakhokhelwa kwama-agent kwisivumelwano sokudayiswa kukaLucky Mohomi kungaphelela enkantolo.

UMohomo wadayiselwa iMamelodi Sundowns kusukela kwi-Free State Stars, kodwa ama-agent akhe akhalwa ngokungakhokhelwa.

Funda nalolu daba:'Munye kuphela umdlali ofanelwe ukugqoka ijezi leChiefs'

Lo mdlali wadayiswa ngemali elinganiselwa kuR6 miliyoni kanti abe-Siya Crew balunye indlebe ngokuthi abaphathi bakhe bekumele bathole u10% wemali athengwe ngayo, kodwa abakayitholi.

“Singaqinisekisa ukuthi ithimba labammeli beLiberate Resources Management basaphenya ngesivumelwano esasayinwa phakathi komphathi wale nkampani u-Abbie Rasimphi ne-Free State Stars ngomdlali uLucy Mohomo,”kusho umthombo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.