Ingamampunge eyokudlwengulwa kowesifazane esitokisini

2018-04-10 11:12

Johannesburg - Amaphoyisa athi imibiko emayelana nowesifazane odlwengulwe esesitokisini eMamelodi empumalanga yePitoli ayisilo iqiniso.

Kuzungeze imibhalo ezinkundleni zokuxhumana zithi owesifazane oyisitatabane owaboshelwa ukuphuza emphakathini ngeSonto ebsuku, wayofakwa esitokisini kanye namadoda angu-19 wabe esehlaselwa.

OLUNYE UDABA:Kudlwengulwe kwashiswa oyisitabane

Kuphinde kwezwakala ukuthi ushonele esibhedlela.

Owamaphoyisa uMashadi Selepe uthe alokho iqiniso kulo mbiko.

"Sesiwubonile umbalo obuzungeza ezinkundleni zokuxhumana. Ungamampunge. Sithanda ukuxwayisa umphakathi ngokusabalalisa amanga."

    - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.