"Ingamapunge imibiko ngesishingishane uDineo"

2017-02-18 09:33

Johannesburg – ISA Weather Service ngoLwesihlanu iyichithele imibiko esabalaliswe ezinkundleni zokuxhumana ithi isishingishane uDineo sizohlasela eGauteng naseFree State.

Imibiko ingamanga, kusho isangoma sezulu uVanetia Phakula.

EGauteng naseLimpopo kuzobanezimvula ezinamandla ngempelasonto.

Izifundazwe eziningi ngeke zithinteke nakancane.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe otholakale nezidakamizwa

Okhulumela i-SANParks uWilliam Mabasa uxwayise abantu abahlela ukuvakashela eKruger National Park ngokuthi kumele baqale baxhumane nale ndawo kuqala.

“Silindele imvula kuphela. Izolo (ngoLwesine) sivale imigwaqo ewubhuqu sakhipha nabantu kwezinye izindawo zokuhlala ezimbili. Yilokho esikwenziwe,” usho kanje.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.