Ingane, 8, ibulawe umlilo eGauteng

2018-04-15 10:00

Johannesburg - Kutholakale isidumbu sengane yomfana eneminyaka engu-8 ubudala ngemuva kokuqubuka komlilo eFlorida, kusho amaphoyisa eGauteng.

Okhulumela amaphoyisa eGauteng uCaptain Mavela Masondo utshele iNews24 ukuthi ingane ibulawe umlilo ngoLwesihlanu ebusuku.

Okhulumela i-ER24 uRussel Meiring uthe abosizo lokuqala baphuthume endaweni yesigameko ku-Third Road lapho bekuqubuke khona umlilo efulethini.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa umculi enandisa emshadweni

"Iningi labantu beseliphumele ngaphandle, ligcwele eceleni komgwaqo. Abosizo lokuqala bahlole abalimele, bathola ukuthi iningi belihilwe yintuthu,” esho.

Bathole ukwelashwa kodwa abafunanga ukuyiswa esibhedlela.

"Kuthe umlilo usucinyiwe, kwatholakala isidumbu somfana oneminyaka engu-8 ubudala.

UMasondo ukuqinisekisile ukuthi kuvulwe idokodo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.