'Ingcebo kumele kube ngeyabo bonke abantu bakuleli'

2018-03-22 14:05

Johannesburg - UNobhala Jikelele we-African National Congress (ANC) u-Ace Magashule uthi i-ANC ifuna ingcebo yezwe laseNingizimu Afrika itholwe yibona bonke abantu

Usho kanje ekhuluma eralini yamalungelo abantu eKaizer Sebothelo Stadium eBotshabelo, empumalanga yeBloemfontein.

Uthi lokhu kungenzeka kuphela uma umhlaba ubuyiselwa kubantu, ingcebo yezwe kwabelwane ngayo.

OLUNYE UDABA: I-ANC eKZN ithi izomeseka uZuma ecaleni

UMagashule uthi u-2018 wunyaka obalulekile njengoba inhlangano ibungaza ikhulunyaka likaNelson Mandela no-Albertinaina Sisulu.

Uthi u-2018 wunyaka wobumbano, ukuvuselela nokugxika kwingomuso, ukuze kwakhiwe ikusasa elingcono.

Uthu bafuna iNingizimu Afrika okungeyona eyabelungu noma abantu abamnyama kodwa okuyiNingizimu Afrika yabo bonke abantu.”

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.